Monday, January 16, 2012

New MF leader may be Rajbansi’s choice

Mabhodl' umlilo


Iqembu leminority Front (MF) kulindeleke ukuthi limemezele ubuholi balo obusho ngolwesine njengoba liye lashiya umonagemi walo ngenyanga eyedlule, kodwa sekube namahebezi athi lowo owayengu nkosikazi womholi waleli qembu ongasekho kungaba nguye uzohola leli qembu uShameen Thakur Rajbansi.


Kanti umholi waleli qembu UAchimid Rajbansi washona ngenyanga eyedlule ngemumva kokugula izinyangana ezimbalwa


Abasondelene naleli qembu bathe uRajbansi washiya isiyalelo sokuthi kube unkosikazi wakhe ozothatha izintambo uma esedlule emhlabeni.


Iisikhulu esiphezulu kuleliya qembu esiphinde sibe yilungu lephalamende uROY Bhoola uthe sebeqedile ukuzilele umholi wabo, sebebuyela emsebenzini nothe unkosikazi kaRajbansi wuye osematheni ongahle athathe izintambo zokuhola leliqembu


Okhulumela abacubunguli bezepolitike esikhungweni semfundo ephakeme iUKZN uImraan Buccus, uthe nakuba engekho ongangena ezicathulweni zikaRajbansi, kodwa unkosikazi wakhe nguyena yedwa umuntu ongakwazi ukuhlala esikhundleni sikaRajbansi.


No comments:

Post a Comment